Ukuphupha usendlini yokudlela udla, lokho kuyibika lokuthi esikhathini esingengakanani kukhona abantu ozohlangana nabo, kuthi isiphetho sokuhlangana nabo nokubazi kube ukuphembeka kobungani. Leli phupho liyafana nokuphupha imvilophu ngokwencazelo yalo. Kanti uma uzophupha usendlini yokudlela kodwa ube ungadli lutho, lokho kungase kube yibika lokudlula emhlabeni kwesihlobo sakho.
Kusho ukuthi ukuphupha uzongena endlini enewindi elihlanzekile Noma elicwebezelayo
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngamawindi