Amaphupho ngebhodlela

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma uphupha ukuthi usebenzisa ibhodlela ngemvamisa kuyibhadi. Uma lingenalutho phakathi noma uphuza kulo kusho ukuthi uzoba senkingeni maduzane ubhekane namahloni nokuhlekwa abantu. Kodwa uma ibhodlela ligcwele kusho ukuthi uzoba nenhlanhla.

11 thoughts on “Amaphupho ngebhodlela”

  1. Sawubona. Kusho ukuthini ukuphupha amabhodlela agologo emaningi egcwele? Sekukabili ngiphupha leli phupho

    Reply

Leave a Reply