Amakhanda Amalobolo Amaphunga Imali Imicimbi Imicimbi yesintu Imifino Imililo Imishado Indle Inyama Izaga Izikhathi Izilwane Izimbali Izinambuzane Izindawo Izinganekwane Izingubo Izinhlanzi Izinja Izinkomo Izinyoka Izinyoni Ukudla Ukufa Ukuhamba Ukukhubazeka Ukuzwa Umshado

Sesha

Amaphupho ngamakhala

Uma uphupha ukuthi ikhala lakho alikho kuwuphawu lebhadi (ikakhulukazi uma ugula). Uma uphupha ukuthi likhulu kakhulu uzoba yisigwili kodwa ube nobunzima ekutholeni uthando futhi uzojwayela ukuxabana nabanye. Uma lilihle lolu uphawu lenhlanhla futhi kusho ukuthi uzothandwa emsebenzini. Uma ubona ikhala lakho nje kuphela futhi ungazi ukuthi kungani kungenzeka ukuthi kusho ukuthi ukusebenza kwakho kanzima akuzukuba namvumzo. Okokugcina uma kuphuma igazi emakhaleni ephusheni lakho kungenzeka uhlangabezane nezinkinga maduzane.

 

2 thoughts on “Amaphupho ngamakhala”

  1. Ngiphuphe ngisilwa nomama wengane engathi ebelele nenyindoda esgcwele isdoda ebusweni nangaphansi

Leave a Reply

Joyina mahala, uthole i-ringtone yezithakazelo.