Ukuphupha umemulo kubungazwa kujatshulwe kungasho injabulo ezayo noma impumelelo.
Kodwa ukuphupha umemulo kukuhle kujatshulwe kungasho ukuthi kukhona ubunzima obuzayo noma isifo emndenini. Leli phupho lingasho ukuthi khona ilungu lomndeni elizoshona noma loyo omubonayo ephuphweni evunule embethe nomhlwehlwe kukhona ubunzima azobhekana nabo.
Uma uphupha udadewenu osasesigabeni sobuntombi emula ebhince ngesidwaba senkomo lokhu kungasho ukuthi ithonga liyadinga ukuba emuliswe lowomntwana.
Sanbonani ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ungena emgodini ngonyawo olulodwa, kodwa ubungenalutho futhi ubuphethe nefoshela lokucenta