Asho ukuthini amaphupho ngezinto zasendlini? Lokhu kuhlanganisa izikhwama nobhasikidi, izincwadi, amabhokisi, izinto zokwakha, amakhadi namadayisi, amakhethini, okhiye, izinaliti nophini, amaphephandaba, amapayipi, amathini, amathawula, izambulela namawalethi.
Amaphupho ngezinto zokwakha
Uma uphupha ukuthi ubone izinto zokwakha njengosimende nezitini kuyibhadi. Kuzoba…
Amaphupho ngezincwadi
Uma uphupha ukuthi ufunda izincwadi kusho ukuthi kungenzeka uhlangabezane nokulahlekelwa…
Amaphupho ngezikhwama nobhasikidi
Uma uphupha ukuthi unesaka, isikhwama noma ubhasikidi kuyibhadi – ikakhulukazi…
Amaphupho ngebhokisi
Uma uphupha ukuthi ubheke ngaphakathi kwebhokisi wathola into obungayilindele kungenzeka…
Amaphupho ngamakhadi namadayisi
Uma uphupha uzibona udlala amakhadi noma amadayisi kusho ukuthi uzoba…
Amaphupho ngamakhethini
Uma uphupha ukuthi uyawavala noma uyawavula amakhethini kusho ukuthi umuntu…
Amaphupho ngokhiye
Uma uphupha ubona okhiye kuyibhadi. Kuzoba nezinkinga ebhizinisini lakho maduzane…
Amaphupho ngezinaliti nophini
Uma uphupha ukuthi usebenzisa izinalithi ophini noma izipeletu uzoba namashwa…
Amaphupho ngephephandaba
Uma uphupha ukuthi ufunda iphephandaba kuzoba noshintsho empilweni yakho maduzane…
Amaphupho ngepayipi
Uma uphupha ukuthi ubhema ngepayipi kusho ukuthi izinkinga ezikuhluphayo zizophela…
Amaphupho ngethini
Uma uphupha ukuthi unoketshezi oluncane lwethini kusho ukuthi kufanele uqaphele…
Amaphupho ngethawula
Uma uphupha ukuthi uzomisa ngethawula izinkinga noma ukugula okukuhluphayo kuzohamba.
Amaphupho ngesambulela
Uma uphupha ukuthi usebenzisa isambulela kuyibhadi ikakhulukazi makungesona esakho. Kusho…