Uma uphupha ubona okhiye kuyibhadi. Kuzoba nezinkinga ebhizinisini lakho maduzane noma uzolwa nomuntu ngakho ke bheka ulaka lwakho.
Uma uphupha ubona okhiye kuyibhadi. Kuzoba nezinkinga ebhizinisini lakho maduzane noma uzolwa nomuntu ngakho ke bheka ulaka lwakho.
Kusho ukthin ukuphupha Bab weyngane enginika khiye wakhe wase ndlin
Sawbona, ngcela ukuvuza ukuthi kuchaza ukuthini ukuphupha ngihambha nengane yami yomfana ena8 endleleni sihlangane nentombhazane ehlala ngasekhaya sithile sibukane nje singabingelelani kodwa yona ingibuka kabi. Sihambhe nengane yam sinqamule imizi engathi imqasho masifika ekugcineni inginike ukhiye ingane wokuvula indlu ekungathi eyethu ngivuke ngawo iscabha ngingene ebese ngibeka isandla emabhodweni ngifuna ukuzwa ukuth ukudla kwethu kusashisa yin. Liphele lapho