isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Amaphupho ngengungumbane

Ukuphupha ungungumbane kungasho isimo senhlanhla ozoyithola nezinto ezinhle ezizayo kodwa ezihambisana nezinselelo.

Uma uphupha ingungumbane ikuhlasela kungasho ukuthi kumele uqaphele – kunomuntu ozokuhlambalaza noma akukhulumele kabi. Kwesinye isikhathi kusho ukuthi qaphela ungase uvukelwe umuntu ozokukhaphela noma ozokulimaza uma unganakile.

Uma uphupha ingungumbane ihlaselwa kodwa inqoba kungasho ukuthi uzozinqoba izitha zakho, uNkulunkulu uyakulwela.

Leave a Reply