Uma uphupha ubona imvukuzane ukusebenza ngokuzikhandla kwakho ngeke kukuse ndawo okwamanje kodwa uma uphikelela uyoyibona imiphumela.
Uma uphupha ubona imvukuzane ukusebenza ngokuzikhandla kwakho ngeke kukuse ndawo okwamanje kodwa uma uphikelela uyoyibona imiphumela.
Uma ubona imvukuzane ihamba ngaphezulu komhlabathi, uma uyithatha yenza msebenzimuni?
Cofa lapha ukuthola ulwazi Ukuqinisa Umuzi
Imvukuzane ihamba emhlabathini,ngenhla kunohlwayi okumyama?
Uchazani ngohlwayi olumnyama? Siza wenabe ukuze sonke sizoqonda bese sifaka esikwaziyo ngemvukuzane.
Ukuphupha ugwaza imvukuzane isenhlabathini ubuye nomsila nengxenye yesikhumba
Sawubona Mbali, ngiyabona ukuthi usuyifundile incazelo yokuphupha imvukuzane, yini unganeliswa yilolulwazi osulutholile? Iyiphi incazelo ofisa ukuyithola? Noma-ke mhlawumbe ungasho ukuthi yini enye oyibonayo ephusheni lakho ngaphandle kwemvukuzane – khona sizoke sibhekisise lapho?
Sawbona angiyiphuphanga imvukuzane ngiyibonile ngayo bulala angazi noma kuyi to embi or enhle yini