isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Amaphupho ngembongolo

Uma uphupha ubona imbongolo kungasho izinto ezinhle noma ezimbi. Uma uyigibele imbongolo kuzoba nenkinga ekusaseni lakho futhi abantu obubathemba bazokuhlubuka. Uma imbongolo ikulandela uyokhathazwa umona nenkohliso kodwa konke kuyodlula. Uma ubona imbongolo kodwa ungathintani nayo kusho ukuthi uzophumelela naphezu kwezinkinga.

2 thoughts on “Amaphupho ngembongolo”

  1. Thokoza ngiphuphe ngijahwa imbongolo ngabaleka ngangena endaweni engingathi isesigangeni akunamizi ngabaleka ngoba ibinolaka olukhulu. Ngiwela ucingo yona yavimbeka bengilandelwa intombazane yakamakhelwa Kodwa ingazivezile ebusweni ngizwa izwi layo yona ibingilandela kodwa yangangifica.

    Ngaphupha elinye kudliwa inyama kanye nojeqe ngangakudla kunomama ongiphe izithelo ezinkulu ezine. Orange ,apple, peach & pear

    Ngicela incanzelo

    Reply

Leave a Reply