Uma uphupha ukuthi uzacile noma siyehla isisindo sakho kusho ukuthi kunenkathazo ezayo. Kusho nokuthi ungalahlekelwa yimali ekusaseni lakho ā ngakho-ke qaphela ukuthi uyisebenzisa kanjani nokuthi uyiboleka bani. Kodwa uma uphupha ukuthi uyisidudla kusho ukuthi uzolwa nophathina wakho.
Ngiphupha ngise skoleni engathi khona into eyenziwayo esikole abantu bebaniningi, ngasuka Mina nomngani wami ngathi sithunywa komunye umuzi engathi kulowo muzi kune nyama yenkomo. Masingena khona singena kurondo sagumula izicathula sazishiya emnyango. Kukhona umama wavele wakhanyisa umentshiso wasucima,wasisikela inyama kodwa ngivele ngaphaphama ngingayidlanga. Cela kubuza lichaza ukuthini?