Uma uphupha ubona inkawu kusho ukuthi kunabantu abazama ukukuphamba ngakho kufanele ulindele nanoma yini uma ufuna ukuphumelela.
Uma uphupha ubona inkawu kusho ukuthi kunabantu abazama ukukuphamba ngakho kufanele ulindele nanoma yini uma ufuna ukuphumelela.
Sanibinani, ngiphuphe inkawu isekhanda Lami imile yaze yasuswa ngubhutu wam wayilahla yaphinda futhi yazibuyela ngavele ngazizwa nginamandla ngayishaya lenkawu ngaze ngayijikijela ngayibona idangala ngase ngiyongena endlini, uma ngingena endlini ngifica usisi wami omdala ekhala. Ngabe leliphuphi lichazani