Uma uphupha ubona amathambo kusho ukuthi uzobhekana nezikhathi ezinzima kungekudala.
Uma uphupha ukuthi uphuke amathambo, ngemvamisa kusho ukuthi kuzoba nezikhathi ezinzima ezizayo ekusaseni lakho. Uma kuwukuthi imilenze yakho ephukile, kusho ukuthi uzoshada nomuntu ongenawo amandla. Uma ungowesifazane kusho ukuthi umyeni wakho uzoba yivila nesidakwa esingakwazi ukukusekela. Uma ungowesilisa, kusho ukuthi unkosikazi wakho uzoba ngumuntu olungile, kodwa angabi namandla anele okunakekela umuzi.
Ngamathambo womzimba ophelele womndeni
uma uphupha ngathi emzin wakho bakungenisa endlin egcwele izibi. mangithi ngyazishanela kube ngathi azishaneleki
uma uphupha umuntu wakini egula
uma uphupha umakhulu wakho owabhubha kudala uphuphe nincokola kumnandi ephilile kodwa wayegula