isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Isihhiya

Ubhatata noma ithanga okuphekwa kuxutshwe nempuphu yamabele.

Izithako

  • Ithanga
  • Ubhatata
  • Impuphu yamabele
  • Ushukela
Ubhatata

Indlela yokwenza

Uma ufuna ukupheka isihhiya esehla esiphundu, landela lendlela engezansi. Izitsha kanye nebhodwe olisebenzisayo qinisekisa ukuthi kuhlanzekile ngaso sonke isikhathi, ukwenza njalo uzopheka ukudla okunempilo futhi okungenawo amagciwane.

  1. Ubilisa ithanga noma ubhatata.
  2. Uma sekuthambile ngokwanele, ufaka impuphu ubonde sakupheka isijingi.
  3. Isihhiya sihlala imizuzu eyi-15 eziko.

Isihhiya simnandi uma sesipholile ungasifaka ushukela ukunambitheka uma ungezwakali ushukela wethanga noma ubhatata.

Leave a Reply