Amadombolo
Amadombolo inhlama yawo ixovwa njengekajeqe kodwa yona ayifakwa ushukela, ifakwa iswayi kuphela. Amadombolo aphekwa ngokwengezwa uma kuphekwa isishebo, isibonelo uma kuphekwe inyama yenkomo noma yenkukhu liyafakwa idombolo phakathi. Izithako Indlela yokwenza Hlanganisa ufulawa, amanzi, uyisti nosawoti ukuze kwakheke inhlama ethambile. Shova inhlama esitsheni ohlanganisele kuso. Kudingeka lokhu ukwenze imizuzu eyishumi. Mboza inhlama ngopulasitiki noma ngesivalo … Read more