Isitambu

Isitambu ukudla okwakhiwa yingxube yommbila ogqakaziwe kanye nobhontshisi. Isitambu uma singaxutshiwe nobhontshisi siyaye sidinge isishebo ngoba kusuke kuwummbila nje ogqakaziwe waphekwa. Izithako Indlela yokwenza Kubiliswa isitambu, uma sesiqala ukuthambathamba kufakwe ubhontshisi kuphekwe kokubili. Uma sekuthambele ukudliwa kuba nombala othi awube mpunga ngenxa yamanzi akhishwa isitambu kanye nobhontshisi. Kuthoselwa eceleni amafutha no-anyanisi nazozonke izinongo bese zithelwa … Read more