isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Ujeqe

Ujeqe isidlo esenziwa ngofulawa, ungabalelwa ekudleni kwesintu njengesinkwa sakwantu. Abanye abantu bawubiza ngempama kanina. Ujeqe ungawudla nezinto eziningi okubalelwa kuzo isitshulu, itiye, isobho noma ibhotela. Ngezansi ngifake isithombe sokudla okudliwa nojeqe. Izithako Indlela yokwenza Hlanganisa ufulawa, amanzi, uyisti nosawoti ukuze kwakheke inhlama ethambile. Gingqa uphinde urole inhlama esitsheni ohlanganisele kusona. Kudingeka lokhu ukwenze imizuzu eyishumi. Faka … Read more