isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Umncindo

Umncindo uphekwa ngengxube yemithombo yommbila namabele kanye nempuphu, uphekwa njenge dokwe. Umncindo singawubiza ngedokwe lokwenza utshwala besiZulu kodwa uyadliwa njengedokwe kungavutshelwa. Izithako Indlela yokwenza Ukupheka umncindo owehla esiphundu landela lendlela engezansi. Izitsha kanye nebhodwe olisebenzisayo qinisekisa ukuthi kuhlanzekile ngaso sonke isikhathi, ukwenza njalo uzopheka ukudla okunempilo futhi okungenawo amagciwane. Isikalo salesi sidlo singaya ngenani labantu … Read more