Ukugaywa komqombothi
Utshwala besiZulu isiphuzo esenziwa kakhulu ngabesifazane, esikhathini esiyizinsuku ezintathu. Lesi siphuzo senziwa eminye imindeni…
Utshwala besiZulu isiphuzo esenziwa kakhulu ngabesifazane, esikhathini esiyizinsuku ezintathu. Lesi siphuzo senziwa eminye imindeni…
Utshwala besiZulu buwusiko kumuntu ongumZulu, umuntu akabenzi ngoba ephuza noma ngoba ezonquma inkukhu noma imbuzi noma inkomo. Kubalulekile nje ukuthi umuntu ahlale ahlale abenze utshwala besiZulu noma ngabe engazochitha gazi, abenze nje utshwala ebenzela ukuthi buphuzwe ekhaya kungazelele muntu, mhlawumbe kumenywe omakhelwane abambalwa kuphuzwe ngaphandle kokuba kuze kushiswe impepho. Phakathi nezimpahla ezithintene nokudla kwesiZulu kanye … Read more
Uma uphupha uphisa utshwala kusho ukuthi maduzane uzovakashelwa ngumuntu osuka kude. Uma uphupha uphuza utshwala ebha noma endaweni yokuphuza lokho kusho ukuthi uzokwenza okuthile okuzokudalela isitha maduzane. Abantu abaningi baphuza utshwala bebhema ugwayi. Incazelo yaleliphupho lokuphisa utshwala liyaya futhi ngokuthi ungubani wena ophisa lobotshwala ephusheni. Uma uphupha ukuthi uphisa utshwala ube uyindoda, lokho kungasho ukuthi … Read more