Isijingi/isinambathi
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Isijingi isidlo esinomsoco futhi esinambithekayo. Isijingi sibuye saziwe ngokuthi isinambathi. Lesi sidlo ungasipheka imizuzu eyishumi nambili nje kuphela, kudle abantu abahlanu uma ulandelise ngale resiphi. Qinisekisa ukuthi usebenzisa izitsha ezihlanzekile ukuze uvikele kumagciwane. Izithako Uzodinga Ukwenza Lesi isidlo asidliwa noma asishetshwa nalutho. Simnandi uma sishisa kodwa siyadleka uma noma sesibanda. Ukuze singaboli ungasibeka esiqandisini/efrijini.