Sezihubela sakusha – Izinkobe eziphekiwe ngembiza noma ngebhodwe ngesimanje okukhulunywa ngazo lana, uma ke sezihubela sakusha zisuke sezizovuthwa ziphulwe ebhodweni. Uma sisetshenziswa ke lesi saga sisuke sichaza ukuthi ungalahli ithemba ngoba izinto sezizolunga.
Nalapho kungekho qhude kuyasa – Akusho ukuthi lowo ozigqajayo uma eke wahamba kokwenziwayo kuyokuma izinto, kuyohamba kahle ngisho engasekho.
Abasiki bebunda
Amansumpe
Ibunda
Imvelo
ithemba
Izaga
Izaga ngamagqubu nezinsongo
Izaga ngenkeni
Izaga ngokuphathwa kwabantu
Izaga ngokuphumelela
Izaga ngomendo
Izimvelo
Izinhlwathi
Izinyoka
Izisho
phindisela
Selidumela emansumpeni
Ubisi
UHubhu kaBhejane
Ukufulela
Ukuzidla
Ukuzigqaja
Ukuziqhenya
Utshani
Zinqunywa amakhanda