Izaga ngobuntu
Ukuphana kungukuziphakela – Uma upha umuntu ukudla noma umenzela okuhle naye ngelinye ilanga uzokwenza ngokufanayo. Lokhu kufana nokujikijela itshe ngenhla, liyaginqika lize ezansi. Kusho ukuthi nawe okuhle okwenzile lomuntu osuke umelulele isandla naye kusasa uyokwenzela okufanayo akuphe uma sekwenile nakuye. Kudliwa kushiyelwana – Uma kudliwa ekhaya noma ngabe ogqokweni noma esitsheni, umuntu omdala uyena oyeka … Read more