Amaphupho ngokugeza

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma uphupha ukuthi uyageza kungasho izinto ezinhle noma ezimbi. Uma amanzi emile noma esendlini yokugeza kusho ukuthi uzoba nenhlanhla maduzane noma uzoya endaweni ezokulethela injabulo. Uma uphupha ugeza ngaphandle kwendlu noma emanzini agelezayo kusho ukuthi uzoba nebhadi futhi uzodumala. Ukuphupha ugeza umuntu wesilisa uma ungowesimame lokho kusho ukuthi loyomuntu osuke umphupha usuke enesilwane athweswe sona … Read more

Amaphupho ngokungcola nokuhlanzeka

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma uphupha ukuthi ungcolile, kuwuphawu lwesikhathi esinzima ekusaseni lakho. Kusho kakhulu ukuthi kungenzeka ube namahloni ngenxa yento oyenzayo. Uma ungcolile ngoba omunye umuntu ekujikijela ngezinto, kusho ukuthi uzokwenza izitha, ngakho qaphela izinto ozitshela abantu. Kodwa uma ungcole ngoba uwile phansi, kusho ukuthi uzokhuthuzwa noma ulahlekelwe yimali maduzane. Amaphupho ngezingubo ezindala noma ezingcolile. Amaphupho ngodoti.