Ukuphupha indle noma indlu yangasese
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Ukuphupha indle noma indlu yangasese kuchaza ukuthi kusuke kukhona umuntu okusebenzisela umuthi ongalungile obizwa ngesichitho owenza ukuthi ungathandeki noma ungalungelwa yilutho othi uzama ukulenza.