Amaphupho ngokuhlola

Ukuphupha isangoma sikuphahlela kungasho ukuthi unobizo lobungoma noma leso sangoma yisona esingakuxhumanisa nedlozi lakho. Uma usazi lesosangoma kungasho ukuthi sizama ukukucela edlozini lakho ukuthi wethwasiswe yiso noma ugcine usuthandana naso. Kwesinye isikhathi ukuphupha usesangomeni uhlola kusho ukuthi abakini bazama ukukunika umyalezo, uma usazi leso sangoma ophuphe uhlola kuso kumele uye kuso sizokunika usizo. Uma kuyisangoma … Read more

Ukuthwasa

Ubungoma buyisiphiwo umuntu asuke ezelwe naso, lesisiphiwo kusuke kufanele umuntu onaso asize abanye abantu ngokulekelelwa idlozi lakhe. Ngaphambi kokuthi umuntu abe isangoma udlula ezintweni eziningi ezinzima. Okuqukethwe Uma Umuntu Engenwa Idlozi Uma Umuntu Engena Edlozini Kumiswa Izinkamba Isiphuku Ifihlo Izinto Okumele Ithwasa Lizenze Izinto Okungamele Lizenze Izinto Ezingadliwa Ithwasa Ukuphothula Uma Umuntu Engenwa Idlozi Zihlukene izindlela ekwenzeka ngazo uma … Read more

Ubungoma

Njengabantu abakholelwa kakhulu esintwini, lokhu kufaka namadlozi, izangoma kanye nezinyanga. UZulu mkhulu kangaka nje nobukhosi bakhe izona izangoma nezinyanga ezisingethe wona lombuso, ngoba ngisho nasemandulo amakhosi ayephahlwa izona izinyanga. Ebukhosini bonke bukaZulu, ayikho inkosi eyayingasekelwe izanusi nezinyanga, ngoba ngisho amabutho ayo inkosi leyo belu ayeqiniswa izinyanga uma ezophikelela empini. Lokhu kusho khona ukuthi inkulu indima … Read more