isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Izimpahla zokudla nokudlela (Ingxenye yesibili)

Sisekuyo ke indaba yezimpahla zokudlela zesintu. Sike sabhunga ngayo ngaphambilini ngaphansi kwesihloko “Izimpahla zokudla nokudlela (Ingxenye yokuqala)”. Manje ke sinethulela izimpahla ezakhiwe ngoselwa, bese ngemuva kwazo sivale ngezimpahla ezakhiwe ngotshani. Uhlu lwezimpahla ezakhiwe ngoselwa Uhlu lwezimpahla ezakhiwe ngotshani Umsebenzi wotshani muningi ngoba ngisho lapho kwakhiwa izindlu kusikwa bona utshani kufulelwe ngabo. Umsebenzi wotshani awugcini ekufuleleni … Read more

Izimpahla zokudla nokudlela (Ingxenye yokuqala)

Nina beLemb’ eleq’ amanye amalembe ngokukhalipha! Nami ngicela ukuhlala ngesinqe esisodwa lapha esigcawini sokuloba ngike ngichathazele ngezakwaZulu nosikompilo lwakhona njengenhlaleyenza. Kulengosi siyidingidile eyokudla obekumaywa KwaZulu nanokuthi kuphekwa kanjani, kodwa ke sekungaba yiphutha uma sishiya ngaphandle izinto obekufakwa kuzo ukudla lokho noma izinto ebezisetshenziselwa ukukupheka. Nami ke ake ngibhule isihlangu sami sosiba ngigiye ngishiyele nabanye inkundla … Read more