Izimpahla zokudla nokudlela (Ingxenye yesibili)
Sisekuyo ke indaba yezimpahla zokudlela zesintu. Sike sabhunga ngayo ngaphambilini ngaphansi kwesihloko “Izimpahla zokudla nokudlela (Ingxenye yokuqala)”. Manje ke sinethulela izimpahla ezakhiwe ngoselwa, bese ngemuva kwazo sivale ngezimpahla ezakhiwe ngotshani. Uhlu lwezimpahla ezakhiwe ngoselwa Uhlu lwezimpahla ezakhiwe ngotshani Umsebenzi wotshani muningi ngoba ngisho lapho kwakhiwa izindlu kusikwa bona utshani kufulelwe ngabo. Umsebenzi wotshani awugcini ekufuleleni … Read more