Ukuhlonishwa kwesibaya
Thina sizwe sikaPhunga noMageba sidume ngezinto eziningi, okubalwa kuzo ukuzigqaja ngamasiko nezinkolelo zethu, kanti ke nenhlonipho iyona futhi esaziwa ngayo kakhulu kusuke ebuncaneni bethu. Ukuhlonipha kwethu akugcine ekuhlonipheni abantu, noma nezilwane kuphela, sihlonipha ngisho nemvelo kanye nemizi esihlala kuyo. Kulelikhasa senaba ngendaba yokuhlonishwa komuzi wesintu, okuhlanganisa nesibaya kanye negceke ukubalula okumbalwa. Isibaya Njengoba ngenxa kudalulile … Read more