Umlando wakwa Mkhize
AbakwaMkhize ngabaseMbo Abantu bakwaMkhize kuthiwa ngabaseMbo ngoba beqhamuka kuMumbo. Futhi bengaBaMbo Nguni. Nabo futhi bayazalana noDlamini baseMbo kanye noNdwandwe. Kuthathe eside isikhathi ukuba babhajadiswe ngesibongo sakwaMkhize, sonke lesi sikhathi bebaziwa ngokuthi ngabaseMbo. Imvelaphi yesibongo sakwaMkhize Abantu bakwaMkhize kuthiwa kwathi uma behlukana nabanye bona batholwa ngaMaputukezi eTalagubhe. Kuthe emva kwalokho basuka bagudla ulwandle ngaseMpumalanga, behla njalo … Read more