Inganekwane yesiZulu: UMpukane
Kwasuka sukela, kwakukhona umfana ogama lakhe uMpukane. Esigodini lapho kuhlala khona lomfana kwakukhona iNkosi yesizwe eyayicebile. Langa limbe yalahlekelwa isikhiye segolide. Isikhiye segolide kwakungese putumende lapho kwakukhona bonke ubucwebe beNkosi. Yakhipha isimemezelo esizweni ukuthi ozoyitholela ukhiye wayo uzothola umklomelo omkhulu. Kuthe elule izinyawo, evakashele kwamakhelwane weNkosi uMpukane wezwa izalukazi zihleba ngokhiye weNkosi olahlekile. UMpukane eyizwe lendaba, … Read more