Inganekewane: Amawele
Kwasukasukela, kwakukhona amantombazane amabili angamawele, ayeneminyaka eyishumi kanti amagama alamawele kwakungu Lungile noNokulunga. Langalimbe kuvalwe izikole acela kuyise ukuvakasha ekhaya komama, kugogo wabo. Lamawele ayekwazi ukwenza yonke imisebenzi yasekhaya: ukugeza izitsha, ukupheka, ukuhlakula, ukutheza kanye nokukha amanzi. Endaweni ayeyigugu futhi ethandwa kakhulu ngenxa yokukhuthala kanye nokuziphatha kwawo. Ayeziphatha kahle kakhulu edlula onke amantombazane asendaweni. Zazikhona izinkomba … Read more