Ukulobola ingane
Ngaphambi kokuba ingane ithathe isibongo sikababa wayo, uma abazali bengashadile kumele kuqale kwenziwe usiko lokulobola ingane. Usiko lokulobola ingane Lolu siko lucishe lufane nokulobola umuntu wesifazane uma ezogana ngoba nakulo kuthunyelwa abadala abazomela umndeni wowesilisa, kube nezingxoxo phakathi kwemindeni yomibili ngokuvumelana ngenani bese kukhishwa izinkomo eziba yinhlawulo ezibizwa ngokuthi ngamalobolo. Inani lenhlawulo Ngokwalolu siko zibantathu … Read more