Amagama Ezingane
*Isexwayiso: Okubalulwa ngezansi yilokho abanye babantu basemandulo ababezikhethela khona njengendlela yokuphila. Okuningi kwako sekuguquke futhi sekubhekwa ngamanye amehlo namuhla futhi kwamukeleka ngendlela ehlukile kunaleyo yasemandulo. Izingane ziyisisekelo sanoma ngabe imuphi umuzi, phela emzini onengane yiyona okuyikusasa lawo ngoba phela izingane izona siqu somuzi, abazali bazo bona-ke kanti singababiza ngezimpande zawo lowo muzi. Kusuke kuyishwa lokugcina … Read more