Abaphansi

Ziningi iziqeshana lapho sikhuluma khona ngezinto zesintu ezithinta amasiko, imigubho kanye nemikhosi yakwaZulu. Izinto eziningi zesiZulu zithinta kakhulu abaphansi noma amaDlozi njengabantu abangasekho kodwa abasiqaphile ekuphileni kwethu kanti ke futhi esiphinde sibike kubo izimfuno zethu zemihla ngemihla kanye nokucela ubuhlakani bokuxazulula izinkinga esibhekana nazo nsuku zonke. Abaphansi Abaphansi¬† imimoya yabomuzi¬† abangasekho emhlabeni, kanti ke leligama … Read more