- Ukumisa amanhlakomuzi: Ukulala ubheke phezulu umise amadolo.
- Ukunyathela ngabantwana: Ukuba nezitho ezinhle.
- Ukuphuma amathambo: Ukukhumuka kwamazinyo obungane.
- Ukuqhuma abathakathi: Ukuvela kwamazinyo enganeni. Ukuqhumisa kwengane.
- Indangabane: Ukukhula.
Izisho ngokuma nangomzimba
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
