Yini Isisho?

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Isisho siyakwazi ukushintshashintsha, siyakwazi ukuya ebuningini siphinde sihambelane nesikhathi, kungaba inkathi yamanje noma inkathi eyedlule. Izisho ziyashintshashintsha noma ziyanda njengoba isikhathi sihamba. Kungaba khona ezintsha zisuselwa enkulumweni yomuntu othile. Ngokwesibonelo, isisho esithi “Ziyakhala” sibe sematheni ngemuva kokuthi sisetshenziswe kaningana. Uma kukhona inkulumo echumayo noma edumayo iyasetshenziswa njenge sisho. Izisho zithatha isimo noma isenzo esejwayelekile emphakathini, … Read more