Izisho ngamandla nobuthakathaka

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
  • Inkomo kwezemidlalo: Usuke ungakwazi ukudlala.
  • Ukulala ngenkomo: Ukuzivikela.
  • Ukulala ngophondo: Ukuba sesimeni sokungakwazi ukuzisiza.
  • Ukuma ngenkomo: Ukuma ubambelele ehawini. Uma umuntu ethi usemi ngenkomo usuke esho ukuthi usekulungele lokho okusuke kufanele kwenzeke.
  • Ukuba nkomo: Ukungabi nokuzivikela.
  • Ukuba inkomo kunobhutshuzwayo: Ukungakwazi ukudlala unobhutshuzwayo.
  • Ukuchitha kwenkabi: Ukumisa kwenkabi izimpondo zivulekile. Indlela inkomo eyinkabi emosengayo izimpondo.
  • Ukubhula ihawu: Ukuzethusela.
  • Ukukhokha/ Ukubuyisa umoya: Ukuphumula uthathe amandla.
  • Ukubamba ngamazinyo: Ukudonsa kanzima.
  • Ukubopha imithwalo: Ukuthatha izikhwama uhambe.
  • Ukubamba ngobhongwane: Ukukhama noma ukuklinya.
  • Ukubhula umlilo: Ukudala ukuthula lapho kunenxabano.
  • Ukwephula embizeni: Ukukhipha umuntu ekuxakekeni.

Leave a Reply