Izithakazelo zakwaXulu

Makhathini, Xabhashe, Donda wasEnkweleni, Khuhla phansi njenge khowandlovu, Ntulikabongwa ubonga yena uzona umlomo, Wena owashaya phansi kwavela abantu nezinkomo, Sonkophe, Sombizi!