Ukuphahla

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Ukuphahla indlela yokuxhumana noma yokukhuluma namadlozi okanye namathongo. Uyaphahla uma unezinkinga ezikuxakile empilweni, okanye uma kukhona ofisa ukukucela emathongweni,noma ufisa ukuphakamisa amandla amathongo (ukubonga okuhle okwenzekile). Uyakwazi futhi ukuphahla lapho kukhona ofisa ukukubika emsamu okungayinto ethile ohlose ukuyenza. Inhloso yokubika wukuthi lokho okufisayo kunganyelwe amathongo amahle nathanda inqubekelaphambili. Kanti futhi uma kwenziwa imicimbi ethinta umsamu kufanele … Read more