Ukuphupha uncelisa
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Leli iphupho elinencazelo efanayo nokuphupha umchamo noma indle okanye ukuphupha isesele (ixoxo) noma amasesele. Lokhu kusho ukuthi kunomuntu okushaya ngesichitho esiphehlwa ebusuku nasekushoneni kwelanga sesahlukaniso sothando.