Skip to content
iAfrika
  • Amaphupho nezincazelo zawo
  • Amasiko
  • Izinganekwane
  • Izaga nezisho
  • Umlando nezithakazelo
  • Ukwelapha ngokwesintu
  • Ukudla kwesintu
  • Umdlalo wezaga

Khanya

Amaphupho ngokukhanya nomlilo

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Asho ukuthini amaphupho amayelana nokukhanya nomlilo? Lokhu kuhlanganisa umlotha, amakhandlela, ubumnyama, umlilo, ukukhanya, umetshiso, intuthu kanye namathoshi.

THUMELA

  • Click to share on WhatsApp (Opens in new window) WhatsApp
  • Tweet
  • Click to email a link to a friend (Opens in new window) Email
Tags Khanya, Umlilo

Amaphupho ngokukhanya

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma uphupha ubona ukukhanya kuyizindaba ezinhle ingqobo nje uma kuqhubeka kukhanyisa wena. Uyojabula unakekelwe umlingani wakho futhi ubenenhlanhla. Uma ukukhanya kucima ungazi ukuthi kungani kusho ukuthi uzoba senkingeni emsebenzini.

THUMELA

  • Click to share on WhatsApp (Opens in new window) WhatsApp
  • Tweet
  • Click to email a link to a friend (Opens in new window) Email
Tags Khanya

Amaphupho ngokukhanya kwelanga

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma uphupha ukuthi kunelanga futhi kumnandi kusho ukuthi uyoba nenhlanhla. Uma usendaweni emnyama kodwa ukwazi ukubona ukukhanya ekudeni kusho ukuthi unenkinga empilweni yakho manje kodwa uzoyinqoba ngokushesha.

THUMELA

  • Click to share on WhatsApp (Opens in new window) WhatsApp
  • Tweet
  • Click to email a link to a friend (Opens in new window) Email
Tags Ilanga, Khanya

  • isiNdebele
  • isiXhosa
  • KiSwahili
  • Sepedi
  • Sesotho
  • Setswana
  • siSwati
  • Tshivenḓa
  • Xitsonga
  • Yoruba
© iAfrika 2025 | Privacy Policy | Powered by iAfrika Digital