USomkhele kaMalanda Mkhwanazi
Lana sinethulela izibongo zenkosi yakwaMkhwanazi uSomkhele kaMalanda Mkhwanazi owayezalwa nguMntwana waseNdlunkulu evela ebukhosini bakwaZulu uNtiliki. Inkosi uSomkhele wabamba elikhulu iqhaza empini yaseSandlwana eyabe iholwa uBhambatha kaMancinza ibambene ngezihluthu Phakathi kwesizwe sikaZulu namaNgisi eyaliwa ngowezi 1879. Inkosi iyathulisa izwe sebeligegile,Inkosi eyakhipha uZibhebhu eTshaneni,Ngomkhonto yamusa ezansi,Ngaze kuthiwa uyangumazela,Ziyamemana izimfunda zeMfolozi,Emnyama nemhlophe kwelakwaMpukunyoniZizonda ilanga.Baye bayoshona bonke eDukuduku,Nezibhamu zabo … Read more