Izithakazelo zakwa Thusi

Thusi Mlotshwa, Sishange, Ndlebenkomo, Bhulekuphangweni, Makhanya, Gcwabaza, Nondlela, Msuthu, Ndandali, Ntamonde, Khambule, Ndlandla, Vunisa, Zindela, Manyoni, Mbuyisa, Mzilankatha, Mshazi, Mlambo, Mabhedla, Vunisa, Inina enehla ngomzungulu niphuma empumalanga umzungulu wasala wabola, Sbumbu setshwele eligulayo, Madla umchamo wenja Manyosi sofakaza