Izithakazelo zakwa Sithole Clan Names

SitholeJobe,Mondise,Msongi wensimbi ishisa uyibeke ekhanda wenzele amagwala ukuthi abalekeAbakwaNqikazi kaMnyanda kaGabelaOzitsha zimnyama zingamankankasana,Abakwandebe kayikhisi iyachithaUmbani elawushaya eSandlwana nawukhomba eMankamaneMaphitha.Matshana. Enye indlela yokuthakazela uSithole Sithole,Jobe!Mondise!Phumela phandle ngoba kufudumeleUngaze ube nomngandeniMatshana!Mhlakaza nhlansi zingamshisiZiyoshisabalondoloziMaphitha!Mthembu waseGubaziAbaThembu bengabakwaMvelaseNgqikazi kaGabelaZitsha zimnyama ZingamankankazanaNyama kaMaqoqoAbayidla beyidonsisanaNina bakaMgidi wekhohlwaNina bakaThakazelwayoNina bakaMqoloOwadl’ omuny’ umqoloNina bakaDidiz’ umkhabaMkhomb’ owadl’ eminy’ imikhombeLwandl’ oluhamb’ ezintabeniNina baseQhudeniJozana olubomvan’ olundakandakaQomondol’ umantinyaneOlubukumuntu … Read more