Sesha

Izithakazelo zakwaMkhwanazi

Mkhwanazi, S’pheshu, Madubandlela, Somlomoti, Sodilakazi, Nkwaliyenkosi, Ndonga, Shamase, Mwelase, Sontuli, Somkhele, lele, Khowa, mayanda, dlebhu wabeSwazi , we’ owaguy’ wamis’ intamo. Mashukumbeya, Mthendeleka. Mtubatuba wena owawulobolela amadoda, Wena owathenga isitimela ninemali nina bakhwanazi, Veyane, Mpangazitha Mpandeyamadoda, Mpande ayiphikiswa oyiphikisayo uyazithwala, gwagwa liyagwagwa umbane wezulu, Owaciba ngomkhonto esikhwebesini kwapheph’ inkosi yamaNtungwa, Owasingath’ihwahwa kodwa wangaledlulisel’ mlonyeni, Mgidla, … Read more

Joyina mahala, uthole i-ringtone yezithakazelo.