Izithakazelo zakwa Yaka Clan Names
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Yaka!Dlunge,Mayila,Gagasi aligcwali oshaka,Mgodi ongawelwa, owelwa zintunthwane,Maluma ephephetha,Hambo olude olushelele,Wena owalala emsileni wenyoka yakugoqa wathi iyakudla kanti iyakufudumeza,Mgayi owagayela umhlaba wonke,Ncwencwe.