Izithakazelo zakwa Majola

Abanye bazibeka kanje izithakazelo zakwaMajola: Ndabezitha wakwaMacingwane, Nina baseMaChunwini khona len’ enhla Majol’ omkhulu Owajol’ inkomo yakwaNobhengu Weqa nayo phesheya koMzimkhulu Macingwan’ owadabuka kusondibilishi KaMamantis’ isalukazana soMsuthu Phakade eseNgonyameni Mchunu! Dladlama mfokaMajola Ntube mtakaMajola Nontshinga Ngqulunga! Macingwan’ eseNgonyameni! Abanye bazibeke kanje: Gama! Majola! Mchunu, Macingwane, Ngqulunga, Nyanda Yemkhonto, Ndabezitha, Phakade, Yeyesa, Ndlela zabedluli nabaGudosi, Sibiya … Read more