Izaga ngobugebengu nokujeza
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Zisho ukuthini izaga ngobugebengu nokujeza? Kakucala laswela izaba – Uma wenza izaba usuke usuwenza nje, noma ubona kuthi lento oyenzayo ayisenamphumela othile. Lenkulumo izimpande zayo zisekutheni uma umuntu esesesigcawini ethweswe icala ubeka lokhu nalokhuya ukuzihlalula kulelo cala, yize noma kusuke kubonakala ukuthi uyena owenze lelo cala. Usuke esebeka izaba, bese kuqhamuka lenkulumo ke ethi alikho icala … Read more