isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Amaphupho ngezitho zomzimba

Asho ukuthini amaphupho amayelana nezitho zomzimba? Lokhu kuhlanganisa amaphupho ngeminyaka yobudala, izingalo, umgogodla, izintshebe, izinqe, isifuba, amashiya, amehlo, ubuso, izinyawo, iminwe nezandla, izinwele, ikhanda, inhliziyo, imilenze, udevu, umlomo, izinzipho, ikhala, ukushefa, isikhumba, ukulala, indle nomchamo, kanye nesisindo.

Izitho zenkomo zangaphakathi

Izitho zenkomo zihlukaniswa ngononina uma sekudliwa ngoba  abesimame abadli ogqokweni olulodwa nabesilisa kanti futhi kukhona izitho  abesilisa abangavumelekile ukuzidla, nabesimame ngokunjalo. Isibonelo,  inhloko inyama yabesilisa kanti isifuba sona esesimame, umlenze wona owezintombi. Ubende – Lunamathela oswini ngaphakathi enkomeni. Luyisibeba nje esibanzi cishe luba ngangesandla uma inkomo isencane, kanti uma isikhulile  luba lude. Ubende ke bekwaziwa … Read more