Izinhlobo zezinkanyezi

Indonsa -Le nkanyezi ibizwa ngokuthi indonsakusa, ngoba  iyona ephuma kuqala ngaphambi kokuthi kulandele ezinye izinkanyezi, iphuma ekuseni kusemnyama kuze kuyosa isabonakala. Indonsabusuku – Inkanyezi ephuma phakathi nobuku  lapho abantu abaningi sebelele, ngokujwayelekile kuthiwa iphuma uma sekuchama izingane ezisencane. Kanti ke  yona idle ngobukhulu nangokuba nombala obomvu. Ikhwezi -Inkanyezi enkulu, edle ngokukhanya kakhulu. Lena inkanyezi yesibili … Read more