Sesha

Izithakazelo zakwaDube

Dube elimthemde, Dube kaBayisa, Khushwayo! Mbuyazi kaThekeli Ongathekeli nakwandodakazi UZwakele ndoda Ongathekel’ emzin’ emincane Othekel’ emzin’ emikhulu Ongathekeli kwamakhelwana Othekel’ emanxulumeni Nina bakwaDonda kwaMbangambi Ndlovu khaliphezinye zilibele Nina bakwaNzwakele kaKhushu Nina beshumi lamhla munye Nina bakwaMagwaz’ ebuyelela Nina beqhawe lakwaLindukudla Shozi! KaFani kaNomkhwayiba KaFana fuzamafu Dlubuladledle! Ntamo ngeyendlondlo KaSiphabantu ngokubadlubulela Ngeze ngonyama entanyeni Ngoba yehle … Read more

Joyina mahala, uthole i-ringtone yezithakazelo.